AboutTermsPrivacyContact
 
Updating
Imizwa nemicabango

Imizwa nemicabango

Released: 2022-08-18
© Choice Mpanza
Imizwa nemicabango - QR Code
Released: 2022-08-18
© Choice Mpanza

Description

Imizwa nemicabango yiqoqo lokuqala elishicilelwe lezinkondlo zika-Choice Mpanza. Izinkondlo ezikuleli qoqo zikuthathisa uhambo lwemizwa adlule kuyo ngesikhathi edlula ebuhlungwini obukhulu bokulahlekelwa ngumama wakhe ngo-2021. Ezinye zezinkondlo zikwenza ucabange nzulu ngezimo zempilo ezinhlobonhlobo ezithinta abantu abamnyama, ikakhulukazi. Zifaka imicabango yombhali ngezinselele ezibhekene nentsha njengenkinga yewunga nokuhuheka imikhuba yabangani. Kanti ezinye ziyimicabango ngezinto ezithinta ezikamoya, amasiko, inhlalo yomphakathi kanye nezinkolelo. Noma ngabe ungakanani ngeminyaka, ungazithola izinkondlo ezingakuvusela imizwa nemicabango ejulile ngezinye zezimo obhekene nazo. Zifundele, uzizwele.

Apple Books: Customer Ratings

Ratings & Reviews

0.0 of 5 (No rating)

Apple Books: Customer Reviews

No Entry